Owesilisa udutshulwe wabulawa ngesikhathi ezikhulula eceleni koMgwaqo
Owesilisa udutshulwe wabulawa ngesikhathi ezikhulula eceleni koMgwaqo Esigamekweni esishaqisayo nesinesihluku kubikwa ukuthi owesilisa udutshulwe wabulawa ngesikhathi ezikhulula eceleni komgwaqo eVuwani, eLimpopo, ngoLwesihlanu ebusuku. Kumanje amaphoyisa...
Udubule wabulala umkakhe wabe esezibulala naye eMpumalanga
Kwenzeke isigameko esibuhlungu Kabokweni, idolobha elingaphandle kwaseWhite River, eMpumalanga, lapho owesilisa kusolwa ukuthi udubule wabulala unkosikazi wakhe ngaphambi kokuthi azidubule. Lesi sigameko esihlasimulisa umzimba senzeke...
Owesilisa udutshulwe wabulawa ezikhiphe nomndeni wakhe eSpur eBoksburg
Amaphoyisa aseNingizimu Afrika (Saps) akuqinisekisile ukuthi owesilisa, oneminyaka engu-55 ubudala, ubulawe phambi komndeni wakhe eBirchwood Spur ngeSonto, mhlaka 4 Agasti 2024. Kuthiwa ubeyisisulu seqembu lezigelekeqe...
Kudutshulwe kwabulawa umfundisi ngemva komkhuleko
Ekupheleni kwaleli sonto uMfundisi uBulelani Magadla ushiye ibandla lakhe okuyi-Apostolic Faith Mission elisesigodini saseZibungu eLibode ehamba nomkakhe nelinye ilungu lebandla. Kuzwakala sengathi sekunesikhathi kukhona ukungezwani...
Kudutshulwe iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi ePhoenix Plaza
Kudutshulwe iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi ePhoenix Plaza Abasolwa abalinganiselwa kwabayishumi nanhlanu (15) abebehlomile behamba ngezimoto ezintathu (3) bagasele ezitolo ePhoenix Plaza Kwazulu...
Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi ngesikhathi ethenga utshwala endaweni yokucima ukoma
Ukubulawa ngesihluku kukaVelile Makatesi, oneminyaka engu-54 ubudala, obeyisikhulu seQueenstown Uncedo Service Taxi Association (Qusta), kwethuse abantu abaningi emphakathini, kwadalula uxhaxha lwemibango yobuholi, izinsongo kanye nokubulawa....
Kudutshulwe kwabulawa owesilisa emzini wenyanga ngesikhathi eyohlola KwaMashu
Isigameko esibi senzeke KwaMashu, eThekwini, ngoLwesithathu ekuseni, kwashona oyedwa kwalimala omunye. USphamandla Dube oneminyaka 27 ubudala nomngani wakhe bebevakashela inyanga beyohlola kodwa kwagcina kuchitheke igazi....
Kudutshulwe kwabulawa owesifazane nengane e-East London
Amaphoyisa ase-Eastern Cape aphenya amacala amabili okubulala ngemuva kokutholakala kowesifazane nengane bedutshulwe bebulewe ngase-CTM e-Amalinda, e-East London ngoLwesithathu ekuseni. ULieutenant-Colonel Siphokazi Mawisa uthe amaphoyisa abizelwe...
Owesilisa obediliva izinkwa udutshulwe washona ngaphandle kweSpaza
Owesilisa obediliva izinkwa udutshulwe washona ngaphandle kweSpaza, ngemuva kokulanda imali kumnikazi wesitolo. Ubugebengu sebudlondlobele eNingizimu Afrika kangangokuthi akekho ongakwazi ukucasha ukuze abuvimbe. Owesilisa obehambisa isinkwa...
Kudutshulwe kwabulawa abesilisa ababili bese motweni eKapa
Abesilisa ababili babehlezi emotweni ngesikhathi oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu, babadubula bashona ePhilippi, eKapa. Abasolwa baphele endaweni ngemuva kwesigameko sokudubula. Umphakathi usakhungathekile njengoba abaningi bezwakalisa ukucasuka nokudabuka...