Kudutshulwe kwabulawa owesifazane nengane e-East London
Amaphoyisa ase-Eastern Cape aphenya amacala amabili okubulala ngemuva kokutholakala kowesifazane nengane bedutshulwe bebulewe ngase-CTM e-Amalinda, e-East London ngoLwesithathu ekuseni. ULieutenant-Colonel Siphokazi Mawisa uthe amaphoyisa abizelwe...
Ubaba udlwengule ingane yakhe enezinsuku eziyisishiyagalombili izelwe yaze yashona
Ubaba oneminyaka engu-36 ubudala uboshwe ngoLwesihlanu, Juni 9, ngemuva kokudlwengula ingane yakhe enezinsuku eziyisishiyagalombili (8) izelwe. Ngokudabukisayo, ubaba wayethathe umntwana osanda kuzalwa kunina, njengoba wayethi...
Umama nesoka baboshelwe icala lokubulala ingane eneminyaka emine ubudala
Umama oneminyaka engu-31 ubudala (umama omzalayo) nesoka lakhe elineminyaka engu-26 ubudala (usingayise) baboshelwe icala lokubulala ingane eneminyaka engu-4 ubudala ngemuva kokuphahlaza i-plasma TV ngesikhathi idlala...
Umama obesanda kubeletha,wafihla usana eyobiza uyise,wabuya lungenazo izitho zomzimba
Umama obesanda kubeletha ingane, wayifihla eyobiza uyise wayo, uma ebuya wathola ingane ingenazo izitho zomzimba Amaphoyisa asesigodini saseLetlhakaneng, eSifundazweni saseNorthwest, aseqale uphenyo kulandela ukutholakala kwesidumbu...
Ingane eneminyaka engu-9 enesifo sesikhumba ikhononda ngokucwaswa
Ingane eneminyaka engu-9 ubudala enesifo sesikhumba esingavamile ikhononda ngokucwaswa. U-Kuhlekonke Phenyane oneminyaka engu-9 ubudala uphile impilo yakhe yonke enesifo sesikhumba esingandile esibizwa ngokuthi i-Lamellar ichthyosis....