Kubulawe indodakazi yePhoyisa laseThekwini
Esehlakalweni esibuhlungu, uNqobile Hlophe oneminyaka engu-13 ubudala, oyindodakazi yephoyisa laseThekwini utholwe eseshonile ngoLwesihlanu kusihlwa. Wagcina ukubonakala ephila ntambama egibela itekisi. UNqobile, umfundi okhaliphile futhi othembisayo,...
Isisebenzi sakwaSabc siphunyuke sibanjwa inkunzi ngumshayeli we-Uber eThekwini
Isisebenzi se-South African Broadcasting Corporation (SABC) sixhumane neReaction Unit South Africa (RUSA) ngoMgqibelo ntambama ngo-17:47 sibika ukuthi siphunyuke emotweni ye-Uber ngemuva kokuba umshayeli ezama ukumthumba....
Kushone owesifazane obezithwele ngemuva komlilo oqubuke ngeSonto
Sekuqalwe uphenyo mayelana nomlilo oshise imizi engaphezu kuka-200 emijondolo yaseThekwini, iKenville Informal Settlement. Kushone owesifazane obezithwele, abanye abaningi basala belimele emlilweni oqubuke ngeSonto. Ikhansela lendawo...
Ugwazwe washona amahlandla angu-15 phambi komyeni nezingane zakhe
UHalima Hoosen-Preston,oneminyaka engu-46 ubudala,ugwaze wabulawa ngesihluku esemzini wakhe eGlenmore, eThekwini Lesi sigameko senzeke mhlaka 2 Juni 2024. UHalima wahlaselwa wagwazwa amanxeba ayishumi nanhlanu kukhona umyeni...