Umfundi ugwazwe washona phambi kwesango lesikole
U-Azizipho Langbooi,oneminyaka engu-20 ubudala, obefunda eRocklands Combined School, ubulawe phambi kwamasango esikole ngoLwesihlanu ntambama ngaseKariega eNelson Mandela Bay. U-Azizipho, obenza uGrade 10, kuthiwa uxabane nomfundi...
Kudutshulwe kwabulawa owesifazane nengane e-East London
Amaphoyisa ase-Eastern Cape aphenya amacala amabili okubulala ngemuva kokutholakala kowesifazane nengane bedutshulwe bebulewe ngase-CTM e-Amalinda, e-East London ngoLwesithathu ekuseni. ULieutenant-Colonel Siphokazi Mawisa uthe amaphoyisa abizelwe...
Kuboshwe umama ngemuva kokushisa indodana yakhe yashona
Umama oneminyaka engu-41 ubudala uboshiwe ngokubulala indodana yakhe eneminyaka emibili ubudala ngendlela enyantisayo ePeddie e-Eastern Cape. Lo wesifazane, okungakadalulwa ukuthi ungubani, ushaye ingane yakhe encane...
Intombazane idutshulwe yalinyazwa engalweni yiphoyisa lomgwaqo ngesikhathi igebele itekisi
Kudubuleke engalweni intombazane ngesikhathi iphoyisa lomgwaqo lidubula libhekise kumshayeli wetekisi Umama ufuna kuboshwe iphoyisa lomgwaqo esifundazweni ngemuva kokudutshulwa kwendodakazi yakhe engalweni ngesikhathi kume izimoto e-Eastern...