BAPHUME NABEBEKUGQOKILE ABASHELWE UMUZI EJOZINI
Ushe wangqonqga umuzi wowesifazane osemdala eJozini endaweni yase Machibini namhlanje emini, nokubikwa ukuthi uMzukulu ka Gogo uyena obese ndlini nokusolwa ukuthi uthathe uMentshisi kwaba nento...
Kushone izingane ezimbili ngesikhathi kusha umjondolo waseVosloorus
Izingane ezimbili zashona ngesikhathi kusha imijondolo yaseColgate eVosloorus ngomhlaka-10 Septhemba. Okhulumela iDolobha laseKurhuleni, iDisaster and Emergency Management Services (DEMS), uWilliam Ntladi, uthe amalungu omphakathi azamile...
Utholwe engamathambo ebhuthini yemoto ebisha eWaterloo
Utholwe engamathambo ebhuthini yemoto ngemuva kokushela emotweni eWaterloo Kutholwe amathambo omuntu oshile ebhuthini yemoto ebisha eWaterloo KwaZulu-Natal namuhla (ngoLwesine). Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA)...
Kubulawe owesilisa owabulala abazali phambi kwengane eneminyaka emithathu
Kudutshulwe kwabulawa owesilisa obefunelwa icala lokubulala kulandela ukudubulana namaphoyisa, eCato Manor, eThekwini. Lo msolwa uyamaniswa nesigameko sangesonto eledlule lapho owesilisa, 39, nowakwakhe, badutshulwa babulawa phambi...
Umsolwa uvele eNkantolo yeMantshi yaseMtubatuba ngoMsombuluko odlule icala lahlehliselwa leli sonto.
UMbuso uhlose ukuphikisa ibheyili yomsolwa oboshelwe icala lokubulala ikhansela le-IFP eMtubatuba, u-Innocent ‘Killer’ Mkhwanazi, ngonyaka odlule. Igalari yeMantshi yaseMtubatuba ngoMsombuluko odlule ibigcwele phama amalungu omndeni...
Owesifazane ubhekene necala lokubulala ingane eneminyaka engu-6 ubudala etholwe intanta edamini
Kuboshwe owesifazane mayelana nokuminza kwengane eneminyaka eyisithupha ubudala e-Eastern Cape. Amaphoyisa athe uNoluvuyo Sinyikatha, oneminyaka engu 23, uvele eNkantolo yeMantshi yaseMqanduli kanti ubekwe icala lokubulala....
Ubhekene nobuhlungu benhliziyo owesilisa owakhipha ilobolo lika-R2 million ngonyaka odlule
Njengoba umshado wakhe usufike esiphethweni esingesihle. Lokho obekuhloswe ukuthi kube wuphawu lothando nokuzibophezela esikhundleni sekuholele ekutheni umphakathi unake nosizi lomuntu, njengoba ukukhokhwa kwelobolo eliwubukhazikhazi sekuyingxoxo...
Akasekho emhlabeni umculi wekwaito uMapaputsi
Umculi wekwaito uMapaputsi ogama lakhe langempela uSandile Ngwenya ushonele esibhedlela. Izindaba zokushona kwakhe ziqinisekiswe ngowayeyimenenja yakhe uBusisiwe Kunene, wathi ushone ngoLwesine kusihlwa. Ngokwemibiko, lo mculi...
Umfana (16) utholwe eshonile endlini ka-My Friend ngemuva kokushaywa ngesando
Umfana oneminyaka engu-16 ubudala utholakale eshonile endlini ka-My Friendngemuva kokushaywa ngesando USphamandla Mphuthi oneminyaka engu-16 ubudala wase-Etwatwa Ekurhuleni utholwe eshonile endlini ka-My friend. Isiphongo sakhe...
Umyeni kanye nenkabi bagwetshwe ngecala lokubulala
Ecaleni elingundabamlonyeni eNingizimu Afrika, umyeni kanye nezigebengu ezimbili bagwetshwe udilikajele ngecala lokubulala unkosikazi womyeni kanye nozakwabo ebhizinisini. Leli cala, elithathe ukunaka komphakathi, ligqamisa isigameko esibuhlungu...