Unesi obulawe yi-ex yakhe eMnambithi uzofihlwa ngoMgqibelo
UNosipho Shezi obesebenza emtholampilo waseZakheni kwa-C ugwazwe kahlanu esifubeni ngoMgqibelo, ebulawa ngowayeyisoka lakhe bude buduze nalapho abeqashe khona. UMnyango wezeMpilo ucela umphakathi ukuthi uhlanganyele nawo...
Ubekwe endlini yakhe yokugcina uZanele Mbokazi-Nkambule
Inkonzo yomngcwabo womsakazi nomsunguli wamaCrown Gospel Music Awards, uZanele Mbokazi-Nkambule, ibise-ICC eThekwini ngoMgqibelo. Lo somabhizinisi, oshonele esibhedlela ngoMsombuluko, unikezwe umngcwabo osemthethweni wesigaba sesibili yiHhovisi likaMengameli....
UZanokuhle Khumalo (7) obulawe ngesonto eledlule ungcwatshwe namuhla
Ungcwatshwe namuhla uZanokuhle Khumalo oneminyaka engu 7 ubudala (7), owathunjwa, wadlwengulwa, wabulawa eDumisani Makhaye Village eMpangeni enyakatho nesifundazwe saKwaZulu-Natal. Inkonzo yomngcwabo wakhe ibisenkundleni yezemidlalo esigodini...