Uxolisile umnikazi we-Avanza eyabaleka ngemuva kokushayisa yalimaza intombazane
Uxolisile umnikazi we-Avanza eyabaleka ngemuva kokushayisa yalimaza intombazane ULebogang Patji oneminyaka engu-13 ubudala ubuyele esikoleni ngoLwesithathu. Ngokusho kukanina, usezwa ubuhlungu ikakhulukazi uma ehlezi noma emi...
Umfana (19) waseQonce ushaywe i-step father sakhe washona
Umfana oneminyaka engu-19 ubudala waseQonce ushaywe i-step father sakhe washona. USimamkele Mhlophe Gqokoma (19) waseQonce eTyutyu Village washaywa nguyise omncane washona, kodwa unina usolwa ngokuvikela...
Intombazane (14) idutshulwe ngesihluku ebusweni
Intombazane eneminyaka engu-14 izohlala ikhubazekile impilo yayo yonke ngemuva kokudutshulwa ebusweni Intombazane ikhubazekile njengoba ama-skollies elwa impi e-Valhalla Park Isisulu esimsulwa: U-Andrea Fredericks ubehamba emgwaqeni...
Amaphoyisa ashaye owesifazane waphuma igazi emini kwabha
Kwenzeke isigameko esiphazamisayo emigwaqweni yedolobha laseNew York lapho iphoyisa lesifazane le-NYPD lishaywa ngesihluku emini kwabha, lamshiya egcwele igazi futhi enyakaziswa. Lesi sigameko esishaqisayo, esishuthwe abantu...
Owesilisa ugwazwe umakhelwane kubangwa i-wifi
Ulimele kanzima owesilisa oneminyaka engu-37 ubudala ogwazwe umakhelwane wakhe eWaterloo, namuhla ekuseni, ngemuva kokuthi kubekhona ukungaboni ngaso linye, phakathi kwalona wesilisa nomakhelwane wakhe ongowesifazane, kulandela...