Umngani ubesegoloza nesidumbu somculi uMapaputsi.
Emva kokuthu umculi uMapaputsi eshonele esibhedlela eThekwini, ozibiza ngomngani wakhe utshele umndeni wakhe ukuthi uzobasiza ukuhambisa isidumbu sisuka eThekwini siya eGoli akhokhe nezindleko. Kodwa umndeni...
Kubanjwe umfundisi elele nentombazane eneminyaka engu-15 ubudala.
IMoja Love Channel 157 kuDStv inezinhlelo ezigxile ezintweni ezithinta impilo yabantu mihla namalanga, bazama ngayo yonke indlela ukusiza ababhekene nezinkinga ngomakhelwane babo, abasekhweni, abasola ukuthi...
Ubhekene nobuhlungu benhliziyo owesilisa owakhipha ilobolo lika-R2 million ngonyaka odlule
Njengoba umshado wakhe usufike esiphethweni esingesihle. Lokho obekuhloswe ukuthi kube wuphawu lothando nokuzibophezela esikhundleni sekuholele ekutheni umphakathi unake nosizi lomuntu, njengoba ukukhokhwa kwelobolo eliwubukhazikhazi sekuyingxoxo...
Umsakazi woKhozi FM kuthiwa ushaye isinqandamathe sakhe.
Umsakazi woKhozi FM uSiya Mhlongo kuthiwa ushaye isithandwa sakhe. I-video kaSiya etshela isithandwa sakhe ukuthi akafuni ukuhamba naye isabalale ezinkundleni zokuxhumana. Kusolwa ukuthi uSiya ushaye...
Ubaba udlwengule ingane yakhe ubusuku bonke, wayivalela efrijini oPhongolo
Ubaba udlwengule ingane yakhe eneminyaka engu-21 ubudala ubusuku bonke, wayivalela efrijini oPhongolo. Kusolwa ukuthi uyise wengane udlwengule ingane yakhe eneminyaka engu-21 ubudala wayishaya ngesitini ekhanda...