Owesifazane oneminyaka engu-73 ubudala useyintombi nto
Owesifa oneminyaka engu-73 ubudala useyintombi nto. Owesifazane oneminyaka engu-73 ubudala, osabugcinile ubuntombi bakhe, ukhuthaza abesifazane ukuthi babugcine baze bathole uthando nomshado omuhle. UDokotela Ngipheni Ngcobo...
Owesilisa (41) usebenzise imali yakhe yakwaRAF ukuletha amanzi emphakathini
Owesilisa oneminyaka engu-41 ubudala usebenzise imali yakhe yakwaRAF ukuletha amanzi emphakathini Owesilisa waseMpumalanga othole isikhwama sakhe seRoad Accident Fund (RAF) uthathe isinqumo sokubusisa umphakathi wangakubo...
Owesifazane owabaleka emuva kokweba u-R3.5 million utholwe ecashe efrijini
Owesifazane owabaleka emuva kokweba u-R3.5 million utholwe ecashe efrijini Ugwetshwe iminyaka engu-10 ebhadla ejele owesifazane owayengumgcinimabhuku weNorthern Cricket Union, uPrishne Khan,oneminyaka engu-37 ubudala, oweba u-R3.5...
Kutholwe isidumbu sikamakhi odutshuliwe eBuffelsdraai
Isidumbu sowesilisa odutshuliwe sitholwe onqenqemeni eBuffelsdraai KwaZulu-Natal namhlanje ekuseni (ngoMgqibelo). Ilungu leReaction Unit South Africa (RUSA) belizulazula kule ndawo ngezithuba zabo-07:19 ekuseni ngesikhathi lihlatshwa umkhosi...
Izithandani zitholakale sezishonile ngemuva kokusha komjondolo
Izithandani zitholakale sezishonile Ngemuva kokusha komjondolo Ngomhla zingu-26 ku-Agasti 2024 ekuseni ngovivi ngoLwesine, izakhamuzi zase-Extension 6, eBophelong, zavuka zabona isigameko esibuhlungu. Ngezithuba zabo-04:00 kushe umjondolo...
Kuminze obebhukuda nabangani bakhe ngemuva kokuphuza utshwala olwandle eMdloti
Kuminze obebhukuda nabangani bakhe ngemuva kokuphuza utshwala olwandle eMdloti Kugwilize obebhukuda nabangani bakhe ngemuva kokuphuza utshwala izolo olwandle eMdloti. Kubikwa ukuthi le nsizwa esesithombeni nguThabiso...
Iphoyisa lidubule intombi yalo lazibulala nalo
Kwenzeke isigameko esibuhlungu eHayani Flats eDoornfontein, esishiye umphakathi ushaqekile ngemuva kokubulawa kowesifazane osemncane. Lesi sigameko sibandakanya iphoyisa uConstable Kabelo Mashele, 24, osebenzela amaphoyisa aseParkview, okusolwa...
Ubekwe endlini yakhe yokugcina uZanele Mbokazi-Nkambule
Inkonzo yomngcwabo womsakazi nomsunguli wamaCrown Gospel Music Awards, uZanele Mbokazi-Nkambule, ibise-ICC eThekwini ngoMgqibelo. Lo somabhizinisi, oshonele esibhedlela ngoMsombuluko, unikezwe umngcwabo osemthethweni wesigaba sesibili yiHhovisi likaMengameli....
Uthisha (52) uboshwe phambi kwabafundi nothisha ngecala lokunukubeza umfundi ngokocansi
Amaphoyisa abophe uthisha oneminyaka engu-52 ubudala oHlange High School eNanda, eThekwini, ngoLwesihlanu, kulandela izinsolo zokunukubeza umfundi oneminyaka engu-14. Lesi sigameko, okubikwa ukuthi senzeke ngoJulayi 26,...
Umsakazi woKhozi FM uZanele Mbokazi-Nkambule akasekho emhlabeni
Akasekho emhlabeni umsakazi woKhozi FM ophinde abe ngumsunguli wama-SABC Crown Gospel Music Awards uZanele Mbokazi-Nkambule. Ushone ekuseni ngoMsombuluko esibhedlela iParklands. Umyeni wakhe, uMbhishobhi Nkambule, ukuqinisekisile...