Umculi kamaskandi uMdumazi usesibhedlela ngemuva kokuba sengozini yemoto
Read Time:14 Second
Usesimeni esibucayi esibhedlela umculi kamaskandi ubandakanyeke engozini yemoto ngesikhathi ebuya konandisa emcimbini.
I
Umculi kamaskandi uMdumazi Mhlongo obe sengozini yemoto izolo ngesikhathi imoto abehamba ngayo iphaphalaza yagingqika kanti kubikwa ukuthi usesimweni esibucayi esibhedlela.
Umculi kamaskandi iBhova eLincane kanye nabalandeli bakaMaskandi badlulise amazwi okumfisea ukululama okusheshayo.
Lulama qhawe kuhle ukuthi umphefumulo ukhona mfethu eishhhhh kodwa akwehli kahle khona