Imoto iphaphalaze yashayisa owesifazane obezithwele washona
Read Time:13 Second
Imoto iphaphalaze yashayisa owesifazane obezithwele washona
Imoto yohlobo lweToyota Avanza iphaphalaze yashayisa owesifazane obezithwele washona
Esigamekweni esishaqisayo, owesifazane oneminyaka engu-25 ubudala obezithwele ushayiswe yimoto yohlobo lweToyota Avanza,iphaphalaze yamshayisa engekho emgwaqeni.
Lesi sigameko senzeke e-Ivory Park ext-3 kuFreedom drive ngoLwesihlanu ntambama.
0
0
Related Post
Owesifazane obebanjwa inkunzi ubaleke washayiswa yimoto ePhoenix
Owesifazane obebanjwa inkunzi ubaleke washayiswa yimoto ePhoenix Kulimale owesifazane oneminyaka engu-40 ubudala ngemuva kokushayiswa yimoto ebalekela izigebengu ku-R102 ngasePhoenix KwaZulu-Natal...
Kulimale umama nengane kugingqika imoto eRiyadh
Owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala kanye nengane yakhe enezinyanga ezingu-11 balimale ngemuva kokuba imoto abebehamba ngayo igingqika eRiyadh - KZN namhlanje...
Kushone ingane enezinyanga ezimbili engozini yetekisi eyenzeke eLibode, e-Eastern Cape.
Kushone abantu abahlanu engozini yemoto eyenzeke eLibode esifundazweni i-Eastern Cape. Okhulumela uMnyango wezeMigwaqo esifundazweni u-Unathi Binqose uthi itekisi iQuantum ibisuka...
Sekushone abantu engozini ye bus eyenzeke muqhamuka e Vryheid to Nongoma.
Luyaqhubeka utakulo kuR618 phakathi kweVaalbank noNongoma kulandela ingozi yebhasi yezingane zesikole. Kubikwa ukuthi zimbili izingane ezishonile, zingu-48 ezilimele, kuzo kukhona...
Kushone amalungu ayisithupha e-MK Party abehambele umgubho eNkandla ngesikhathi eshona kabuhlungu engozini.
Ngezikhathi zasekuseni, amalungu eqembu abehamba ngohide eyobungaza umcimbi obalulekile. Ingozi eyenzeke kuthelawayeka u-N2.Ochwepheshe bakuqinisekisile ukuthi le ngozi ihlanganisa ukushayisana phakathi...
Kushone abantu engozini yebhasi eLimpopo.
NgoLwesibili ebusuku, ingozi yebhasi eyenzeke eLimpopo idlule nemiphefumulo yabantu abayishumi. Ngokusho kukaViolet Matye, uNgqongqoshe wezokuThutha nokuPhepha koMphakathi eLimpopo, izisulu ebezisuka...
Average Rating