kuthungathwa umama osesithombeni, osanda kushiya ingane esibhedlela iTygerberg, eKapa.

Read Time:20 Second

Kuthungathwa umama osesithombeni, osanda kushiya ingane esibhedlela iTygerberg, eKapa. Okhulumela amaphoyisa aseKapa uWarrant Officer Joseph Swartbooi uthe ngoLwesihlanu zingu 29 Agasti 2024 umama wengane osesithombeni ubonakale ephuma esibhedlela ephethe ingane egoqwe ingubo emhlophe nokuluhlaza. Kuthiwa uma eya Entrance number 6 ngo-17:35 washiya khona ingane enosuku olulodwa izelwe wahamba. Ingane yomfana isesibhedlela. Kucelwa noma ngubani omaziyo ukuthi asize atshele uDetective Sergeant Conrad Van Zyl ku-082 522 1095

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
0 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *