Kugwetshwe abasolwa abathathu ngokubandakanyeka kwabo ekubulaleni kanye nokubamba inkunzi.

Read Time:28 Second

Kufunwa umsolwa ngecala lokubulala uGonaeel Nelson oneminyaka engu-75 owaziwa ngelikaDougie. NgoLwesithathu, uNelson wasuka lapho ayehlala khona kumngane wakhe e-Unit 1, e-Chatsworth – . IHyundai Atos yakhe eluhlaza yatholwa endaweni yokupaka izimoto kuBeatrice Street eDurban Central ngemuva kwezinsuku eziyisithupha .

Uphenyo luholele ekutheni Amaphoyisa asize isidumbu sikaNelson esatholwa silahlwe ebhulohweni lomfula uMzinto eMzinto,Udutshulwe ekhanda. Ikhadi lakhe lasebhange nomakhalekhukhwini webiwe. kukhishwe nemali ku-akhawunti yakhe ezinsukwini ezilandela isigameko sokubulala.

Abasolwa abathathu bagwetshwe eNkantolo eNkulu yaseThekwini ngokubandakanyeka kwabo ekubulaleni uNelson kanye nokubamba inkunzi. UChetty ungummangalelwa wesine. Uzibalekele iziphathimandla kanti ne-Warrant Of Arrest isikhishiwe ukuze abanjwe.

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
0 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *