Owesilisa ugwetshwe icala lokuthumba nokunukubeza amantombazane amabili.
Owesilisa oneminyaka engu-35 ubudala utholwe enecala enkantolo yaseGauteng ngemuva kokuthi ebambe amantombazane amabili wawadlwengula waphinde wawaphoqa ukuthi enze izinto ezithinta ucansi. Amantombazane ayengabangane. Umsolwa ubekwe...
Isidumbu sowesilisa odutshuliwe sitholwe ngamamitha ambalwa phansi onqenqemeni eBuffelsdraai
Kutholakale isidumbu sowesilisa eBuffelsdraai - KZN namhlanje ekuseni (ngoMgqibelo). umthombo uthole ukuthi belizulazula kule ndawo ngezithuba zabo-07:19 ngesikhathi lihlatshwa umkhosi ngumuntu obehamba ngezinyawo. Lo muntu...
Kutholwe isidumbu sikamakhi odutshuliwe eBuffelsdraai
Isidumbu sowesilisa odutshuliwe sitholwe onqenqemeni eBuffelsdraai KwaZulu-Natal namhlanje ekuseni (ngoMgqibelo). Ilungu leReaction Unit South Africa (RUSA) belizulazula kule ndawo ngezithuba zabo-07:19 ekuseni ngesikhathi lihlatshwa umkhosi...
Wabulala indodana yakhe nezihlobo ezingu-2 ngenxa yezinzuzo zomshwalense.
Ecaleni elishubisa umnkantsha elishiye umphakathi ushaqekile owesilisa osolwa ngokudlisa indodana yakhe ushevu nezihlobo ezimbili zomkakhe ukuze afune imali yomngcwabo. Icala elisolwayo lenzeka ngesikhathi laba abathathu...
Indoda yase goli ilahlwe icala lokuhlukumeza izingane ngokocansi.
Indoda yaseGauteng ebambe amantombazane amabili asemancane amahora amane, iwadlwengula futhi iwaphoqa ukuthi adale amanyala, itholwe inecala. NgoLwesine, iNkantolo eNkulu yaseGoli ithole uLethlogonolo Mothlapeng oneminyaka engu-35...
Kuboshwe isangoma ngemuva kokutholakala nezingebhezi zabantu abangu-24 endaweni yaso engcwele
Ozibiza ngesangoma uboshiwe wathweswa icala lokutholakala nezidumbu, okungenzeka ukuthi zihlobene nokwenza imihlatshelo. Amaphoyisa athole izigebhezi zekhanda zabantu ezingu-24 endaweni engcwele yomsolwa e-Uganda, kanye nezinsalela zezilwane...
Ugwetshwe udilikajele owesilisa ngokudlwengula izalukazi
Ezigamekweni ezishaqisayo nezihlasimulisa umzimba, u-Anele Hlaba, oneminyaka engu 20, ugwetshwe udilikajele ngemuva kokuhlasela ngodlame izalukazi ezimbili endaweni yaseMafora Section, eshiyana ngezinsuku ezimbalwa, ngesikhathi engaphandle ngebheyili...
Wafihla isidumbu sikaMama efrijini iminyaka emibili ukuze aqhubeke nokulanda impesheni yakhe
Kutholakale isidumbu esimbozwe inqwaba yeqhwa sitholwe abaphenyi efrijini lasekhaya lomndeni. NgoLwesithathu mhla zingu 28 Agasti 2024, indoda eneminyaka engu-54 ubudala yaboshwa e-Italy. Kutholakale isidumbu sikanina...
Kushone abantu abathathu ngemuva kokudla ophaya abafakwe ushevu.
Amaphoyisa esifundazweni saseNorth West avundulule elinye icala lokubulala elihlobene nomshwalense, ngemuva kokuba ikhehla elineminyaka engu-62 liboshiwe ngezinsolo zokuthi lifunze amalungu omndeni walo amathathu okuhlanganisa nendodana...
Izithandani zitholakale sezishonile ngemuva kokusha komjondolo
Izithandani zitholakale sezishonile Ngemuva kokusha komjondolo Ngomhla zingu-26 ku-Agasti 2024 ekuseni ngovivi ngoLwesine, izakhamuzi zase-Extension 6, eBophelong, zavuka zabona isigameko esibuhlungu. Ngezithuba zabo-04:00 kushe umjondolo...