Kudutshulwe iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi ePhoenix Plaza

Read Time:25 Second

Kudutshulwe iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi ePhoenix Plaza

Abasolwa abalinganiselwa kwabayishumi nanhlanu (15) abebehlomile behamba ngezimoto ezintathu (3) bagasele ezitolo ePhoenix Plaza Kwazulu Natal ngo-11:10 ngeSonto ekuseni,badubula iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi.

Abasolwa bebehlome kanzima ngama-AK 47 kanye namaPistol ngesikhathi begebenga izitolo eziningi.

IReaction Unit South Africa (RUSA) ithole izingcingo zosizo ezivela kwiCommunity Policing Forum (CPF), abathengi nabanikazi bezitolo.
AbeRection Unit kanye namaphoyisa abesabela kulesi simo ahlaselwe oshayasibhamu. Ilungu le-SAPS kanye noyedwa badutshulwe ngabasolwa ababebaleka.

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
56 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
11 %
Angry
Angry
11 %
Surprise
Surprise
22 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

One thought on “Kudutshulwe iphoyisa kanye nelungu lomphakathi ngesikhathi kubanjwa inkunzi ePhoenix Plaza

  1. Mhleli kwelakho elijikayo asahi uhulumeni wabant abamnyama boyilungisa nini lento since kuphethe yena yonk into ibheke phansi akuhambe abantu bangaphandle basishiye in peace ezweni lethu kusaphethe amabhunu yayingekho yonke lento

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *