Owesilisa utholwe eshonile eVryheid ikhanda lakhe linqunyiwe
Owesilisa utholwe eshonile eVryheid ikhanda lakhe linqunyiwe USikhumbuzo Nxumalo utholwe eseshonile eVryheid kanti ikhanda lakhe belinqunyiwe. Kuvulwe icala lokubulala ukuze kuphenywe ngemuva kokutholakala kwesidumbu sikaSikhumbuzo...
Udukile owesifazane obehamba nengane ethi uya esibhedlela eMnambithi
Umndeni wakwaMpembe, eColenso ku-4th Avenue ngaseBnB, ucela uLebohang Mpembe, ogcine ukubonakala eya esibhedlela eMnambithi Provincial, nengane eneminyaka engu-7 efunda uGrade 1. ULebohang uhambe izolo ekuseni...
Kudutshulwe kwabulawa owesilisa emzini wenyanga ngesikhathi eyohlola KwaMashu
Isigameko esibi senzeke KwaMashu, eThekwini, ngoLwesithathu ekuseni, kwashona oyedwa kwalimala omunye. USphamandla Dube oneminyaka 27 ubudala nomngani wakhe bebevakashela inyanga beyohlola kodwa kwagcina kuchitheke igazi....
Kubulawe indodakazi yePhoyisa laseThekwini
Esehlakalweni esibuhlungu, uNqobile Hlophe oneminyaka engu-13 ubudala, oyindodakazi yephoyisa laseThekwini utholwe eseshonile ngoLwesihlanu kusihlwa. Wagcina ukubonakala ephila ntambama egibela itekisi. UNqobile, umfundi okhaliphile futhi othembisayo,...