U-Amogelang Modiselle ugwazwe wabulawa yisoka lakhe

Read Time:24 Second

Amaphoyisa avule icala lokubulala kulandela ukubulawa ngesihluku kuka-Amogelang Modiselle eGa-Rankuwa Zone 6.

NgoMgqibelo, zingu-20 kuJulayi 2024, u-Amogelang nesoka lakhe babesendaweni abahlala kuyo eGa-Rankuwa Zone 6 ngesikhathi emgwaza amanxeba amaningi amshiya elele echibini legazi.

Imbangela yokubulawa kwakhe ayikaziwa okwamanje kanti isoka ligcwele amathafa.

Noma ngubani ongathanda ukuhlinzeka ngolwazi olungaholela ekuboshweni komsolwa kufanele athinte inombolo yeCrime Stop ku-08600 10111 noma abike esiteshini samaphoyisa esiseduze, noma abantu bangakhetha ukubika ngokungaziwa nge-MYSAPSAPP.

Lonke ulwazi olunikezwe amaphoyisa luzogcinwa luyimfihlo.

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
0 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *