Kutholwe isidumbu sowesifazane ongumshayeli wezindiza obesaqeqeshwa e-Verulam
Read Time:17 Second
Kuphenywa icala lokubulala ngemuva kokutholakala kwesidumbu sowesifazane obengumshayeli wendiza obesaqeqeshwa epulazini eliseCanelands eVerulam.
Owesifazane obulewe uneneminyaka engu-20 ubudala kanti isidumbu sakhe sitholwe ekuqaleni kwaleli sonto.
Imibiko ithi lo wesifazane ungowase-Eastern Cape kanti ubefunda eThekwini.
Okhulumela amaphoyisa uThenjiswa Ngcobo uthi uduke kusukela ngesonto eledlule.
“Isidumbu sowesifazane sitholwe sinamanxeba okushaywa emzimbeni,wahlonzwa njengowesifazane okubikwe ukuthi udukile eSydenham SAPS.”
Related Post
Kutholakale isidumbu sephoyisa ePeach Road eWaterloo
Isidumbu sephoyisa elineminyaka engu-50 ubudala sitholakale lapho lihlala khona kuPeach Road eWaterloo - KZN namhlanje ekuseni. Umlisa osebenza egatsheni likaDetective...
Unesi obulawe yi-ex yakhe eMnambithi uzofihlwa ngoMgqibelo
UNosipho Shezi obesebenza emtholampilo waseZakheni kwa-C ugwazwe kahlanu esifubeni ngoMgqibelo, ebulawa ngowayeyisoka lakhe bude buduze nalapho abeqashe khona. UMnyango wezeMpilo...
Bagwetshwe udilikajele abathathu neminyaka engu-90 ngokubulala abantu abane eMadulumbane, Estcourt
Bazamile ukushisa izakhiwo, kodwa behluleka ababulali abathathu bazochitha izimpilo zabo zonke bevalelwe ngemuva kokuthi iNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu isanda kukhipha izigwebo...
Iphoyisa lidubule intombi yalo lazibulala nalo
Kwenzeke isigameko esibuhlungu eHayani Flats eDoornfontein, esishiye umphakathi ushaqekile ngemuva kokubulawa kowesifazane osemncane. Lesi sigameko sibandakanya iphoyisa uConstable Kabelo Mashele,...
Kudutshulwe owesifazane wabulawa ezihambela emgwaqeni eya ekhaya.
Esigamekweni esibuhlungu esishiye umphakathi waseMalvern eGoli usosizini, uClement Hadebe, oneminyaka engu 22, udutshulwe washona ngesikhathi esendleleni egodukayo ngeyi 10 Agasti...
Kushone Abantu abane ngokusha kwebhilidi eGoli
Okhulumela abezimo eziphuthumayo eGoli uRobert Mulaudzi uthe isigameko senzeke ekhoneni likaJannie noJules street ngezithuba zabo-01:15 ekuseni.Kushone abantu abane kwathi abathathu...
Average Rating