Owesifazane udlwengulwe, wabulawa, walahlwa epulazini

Read Time:29 Second

Kutholwe isidumbu sowesifazane silahlwe epulazini e-ECanelands, Kwazulu Natal namhlanje kusihlwa.

I-Reaction Unit South Africa (RUSA) ithole ucingo losizo kumlimi wakule ndawo ebika ukuthi ngesikhathi egade ipulazi lakhe, kubonakale imilenze yomuntu ehlathini.

AbeReaction Unit bafike endaweni yesigameko ngo-22:23 kusihlwa (ngoLwesibili mhlaka 16 Julayi 2024, bathola isidumbu sowesifazane sidindilize eceleni komgwaqo owubhuqu. Lapho ebhekisisa, Amaphoyisa amthola elele ebheke phezulu eboshwe izandla. Ubegqoke i-night dress emfushane emnyama futhi efake iwigi enemibala egqamile. Umzimba wakhe ubugoqwe ngezingubo zokulala. Amaphoyisa athole ukuthi ulimele emzimbeni. Eminye imininingwane ebucayi ayidalulwanga.

Ukuthi ungubani owesifazane akukadalulwa njengoba kusaphenywa ngesigameko.

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
100 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *