Kulahleke umfana oneminyaka engu-12 ngesikhathi edlala nabangani bakhe

Read Time:20 Second

Kudingeka usizo lomphakathi ukuze kutholwe umfana oneminyaka engu-12 uCebo Phiwayinkosi Shandu olahlekile.

UShandu unyamalale ngesikhathi edlala nabangani bakhe eduze kwalapho ehlala khona eCanelands, KwaZulu-Natal izolo ntambama (ngoMsombuluko).

Ngokusho kukanina, lo mfana uke ulahleke ngesikhathi yena esemsebemzini. Ugcine ukubonakala egqoke isikibha esinemigqa ebomvu nemnyama, isikhindi esimpunga esinezimbali ezikhilimu nezicathulo ezimnyama.

Onolwazi mayelana nengane elahlekile, uyacelwa ukuthi athinte iReaction Unit South Africa (RUSA) ku-086 1234 333.

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
0 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *