Owesifazane udlwengulwe, wabulawa, walahlwa epulazini
Kutholwe isidumbu sowesifazane silahlwe epulazini e-ECanelands, Kwazulu Natal namhlanje kusihlwa. I-Reaction Unit South Africa (RUSA) ithole ucingo losizo kumlimi wakule ndawo ebika ukuthi ngesikhathi egade...
Kulahleke umfana oneminyaka engu-12 ngesikhathi edlala nabangani bakhe
Kudingeka usizo lomphakathi ukuze kutholwe umfana oneminyaka engu-12 uCebo Phiwayinkosi Shandu olahlekile. UShandu unyamalale ngesikhathi edlala nabangani bakhe eduze kwalapho ehlala khona eCanelands, KwaZulu-Natal izolo...
Umshayeli ongenazo izincwadi zokushayela ushayise umuzi ngemoto eMhlasini
Umshayeli ongenazo izincwadi zokushayela ushayise umuzi ngemoto eMhlasini, KwaZulu-Natal, namhlanje kusihlwa(ngoLwesibili). Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA) afike endaweni yesigameko ngabo-19:57 kusihlwa. AbeReaction Officer bathole...
Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-24 ubudala ngokugwaza abulale uyise
Ubaba oneminyaka engu-62 ubudala ngesikhathi ebuya esontweni, indodana yakhe yambizela endlini. Kwenzeke isigameko esishaqisayo eKamhlushwa ngaphandle kwaseMalelane eMpumalanga, lapho kuboshwe khona owesilisa oneminyaka engu-24 ubudala,...
Kutholwe isidumbu esinqunywe izinyawo sishisiwe KwaZulu-Natal
Kutholwe isidumbu esinqunywe izinyawo sishisiwe namuhla ntambama esigangeni eCrescent Place eBrindhaven KwaZulu-Natal. Owesifazane nomyeni wakhe obesendaweni befuna indawo abazoyiqasha, babikelwe ngumuntu obedlula ngendlela ukuthi ubone...
Owesifazane oneminyaka engu-32 ugwazwe wabulawa yisoka lakhe eGoli
UDorcas 'Didi' Lekganyane, oneminyaka engu-32 ubudala, kubikwa ukuthi wagwazwa wabulawa yisoka lakhe lapho behlala khona eBramley, eGoli mhlaka 12 Julayi 2024. Iziphathimandla kuthiwa ziphendule esigamekweni...