UGatsheni ucacisa ngengozi yemoto emehlele ehamba namagidangoma akhe
Umculi kamaskandi, uKhuzani "Gatsheni" Ndlovu ube sengozini yemoto ehamba namagidangoma akhe ngesikhathi beyocula. Lezi zindaba ziqinisekiswe nguGatsheni ekhasini lakhe likaFacebook namuhla. Echaza ngesigameko uGatsheni uthe:...
Owesifazane obelahlekile utholwe engamathambo eshisiwe
Esigamekweni esibuhlungu nesihlasimulisa umzimba esishiye umphakathi waseGrahamstown udangele, kutholwe amathambo ashile owesifazane osemncane, ohlonzwe ngelikaKungwawo Maku,oneminyaka engu-19 ubudala, ekuqaleni kwaleli sonto. UMaku, okwabikwa ukuthi udukile,...
Kushone owesifazane obezithwele ngemuva komlilo oqubuke ngeSonto
Sekuqalwe uphenyo mayelana nomlilo oshise imizi engaphezu kuka-200 emijondolo yaseThekwini, iKenville Informal Settlement. Kushone owesifazane obezithwele, abanye abaningi basala belimele emlilweni oqubuke ngeSonto. Ikhansela lendawo...
Isidumbu sowesilisa sitholwe emotweni kujantshi wesitimela eChatsworth
Amaphoyisa afike endaweni yesigameko eChatsworth, eningizimu yeTheku, lapho kutholwe khona owesilisa eshonile emotweni yakhe kujantshi wesitimela. Abezimo eziphuthumayo bathi bathole isexwayiso ngengozi ngoMsombuluko ekuseni, okusolwa...