Ongaphandle ngebheyili ngokudlwengula ugogo uboshiwe ngokudlwengula omunye ugogo
Owesilisa ongaphandle ngebheyili ngecala lokudlwengula ugogo oneminyaka engu-83 ubudala uboshelwe ukudlwengula omunye ugogo oneminyaka engu-77 ubudala Owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala, odedelwe ngebheyili ngemuva kwezinsolo zokudlwengula...
Owesifazane ugetshengwe umakhalekhukhwini wabulawa ehamba nengane eGoli
Owesifazane uphucwe umakhalekhukhwini wakhe wadutshulwa wabulawa. Isigameko esihlasimulisa umzimba senzeke enkabeni yeGoli phakathi kuka-Troye no-Kerk Street. Kuthiwa lo wesifazane ubehamba nengane yakhe ngesikhathi kubanjwa inkunzi....
Ugwazwe washona umfana ngenxa yesikweletu sikayise sika-R150
Uyise womfundi webanga lesibili owabulawa eCopesville eMgungundlovu, KwaZulu-Natal ukholelwa ukuthi ukubulawa kwendodana yakhe kwakuyisenzo sokuziphindiselela. UMnu William Rutambo onguyise kaLinathi Mkhize, uthi phambilini wake waxabana...