Owesilisa utholwe eshonile esangweni lomuzi othile eBergville,edliwe yizinja

Read Time:21 Second

Esigamekweni esishaqisayo esenzeke eBergville eBethany endaweni yaseChesta, owesilisa utholwe eshonile esangweni lomuzi othile eBergville,edliwe yizinja.

Owesilisa wakule oneminyaka engu-50 ubudala owaziwa ngelikaKiller, abanye bathi uDube utholakale eshonile enamanxeba okudliwa yizinja.

Kusolwa ukuthi izinja zimudle ngemuva kokushona kwakhe njengoba ingalo yakhe ibingekho emzimbeni, abantu akholelwa wukuthi kungenzeka ubulewe, wacwiywa wase elahlwa kulo muzi.

Amaphoyisa aseqale uphenyo maleyela nalesi sigameko.

Umthombo: https://m.facebook.com/story.php?story_fbid=pfbid0EWQzuBW7CZEyaHKiKpQwbwHxmvy7NtTPAymtCMtzdXUFJxHQtjydzoT9suA9Nhi6l&id=100082830477368

Happy
Happy
0 %
Sad
Sad
0 %
Excited
Excited
0 %
Sleepy
Sleepy
0 %
Angry
Angry
0 %
Surprise
Surprise
0 %

Average Rating

5 Star
0%
4 Star
0%
3 Star
0%
2 Star
0%
1 Star
0%

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *