Owesifazane uboshelwe ukubulala amasoka akhe amabili nendodana yakhe
Esigamekweni esishaqisayo nesihlasimulisa umzimba, amaphoyisa aseNorthern Cape abophe owesifazane ngemuva kokuvundulula izidumbu zabantu abathathu, okuhlanganisa ababengamasoka amabili nendodana yakhe, begqitshwe ethuneni elingashoni egcekeni lakwakhe. Lo...
Intombazane eneminyaka emithathu ubudala yaseLimpopo yazalwa ingenazo izingalo
ULesego Marema wazalwa engenazo izingalo. Uyakwazi ukuziphakela ukudla, usiza ngemisebenzi yasendlini njengokugeza izitsha nokukorobha phansi, futhi uthanda nokushutha izithombe azishuthe zona ngezinyawo. ULesego Marema waseMokopane,...
Iphoyisa ebelilahlekile litholwe lishonile
UConstable Bhobho,oneminyaka engu-29 ubudala, obesebenza ophikweni lweSAPS Crime Prevention Unit, ushone kabuhlungu esehlakalweni okukholakala ukuthi ngesokubulawa. Kubikwa ukuthi uduke ngoLwesithathu, okudale ukukhathazeka kozakwabo kanye nabathandiweyo...
Ikhehla elisolwa ngokubulala lishonele ejele sekusondele lifake isicelo sebheyili
Ikhehla elisolwa ngokubulala lidlule emhlabeni ezinsukwini ezimbalwa ngaphambi kokuba kulalelwe ukufakwa kwesicelo sakhe sebheyili. Kushone ikhehla elineminyaka engu-75 elisolwa ngokubulala isakhamuzi esineminyaka engu-80 ubudala ekhaya...
Kutholakale isidumbu sowesifazane obedukile eduze kwenkundla yezemidlalo
Kuvulwe icala lokubulala ukuze kuphenywe ngemuva kokutholakala kwesidumbu sikaTsholofelo Sonia Rowles. NgoMgqibelo, zingu-22 kuJuni 2024, uTsholofelo watshela umama wakhe ukuthi wayeyovakashela umngane wakhe kodwa akazange...
Unogada wesikole oneminyaka engu-56 ushaywe amasela waze washona
Kwenzeke inhlekelele eMalekutu Primary School esigodini saseMalekutu, ngaphandle kwaseWhiteriver, ekuseni ngomhlaka 24 Juni. Unogada oneminyaka engu 57 ubudala, utholwe eshonile emagcekeni esikole. Ngokwemibiko, abasolwa bangene...
Umfundi kaGrade-11 utholwe eshonile epaki ngemuva kokunyamalala eyodlala nabangani ngeledlule
Umfundi kaGrade-11 utholwe eshonile epaki ngemuva kokunyamalala eyodlala nabangani ngeledlule Umndeni wakwaSimelane ePimville Zone 1 ufuna izimpendulo kulandela ukutholakala kwendodana yawo uSiyanda Gift Simelane eshonile....
Ingane (2) itholwe ishonile ethoyilethi lomgodi ngesikhathi kunomcimbi womndeni oLundi
Ingane eneminyaka emibili ubudala itholwe ishonile ethoyilethi lomgodi ngesikhathi kunomcimbi womndeni oLundi Umcimbi womndeni obusesigodini saseMkhazane oLundi, KwaZulu-Natal uphenduke umunyu ngesikhathi uLisulenkosi Lamula oneminyaka emibili...
Kuboshwe ikhansela leNkatha nabangani balo ngezinsolo zokweba imfuyo eDundee
Kuboshwe ikhansela leNkatha Freedom Party (IFP) eMzinyathi eliphinde libe ngumfundisi nabangani balo ngezinsolo zokweba imfuyo eDundee. Babanjwe ku-R34, kwaSithole eDundee ebusuku. Amaphoyisa aseDundee athi umfundisi...
Kushone abantu abayishumi engozini ebandakanya itekisi neloli ku-R42 ngaseDelmas
Kushone abantu abayishumi engozini ebandakanya itekisi neloli ku-R42 ngaseDelmas eMpumalanga ezintatha zanamuhla. Abashonile abayisishiyagalombili bebegibele etekisini kanti ababili bebegibele elolini. Abashonile kubalwa nomshayeli wetekisi. Abashonile...